Awuthule Kancane

Mahotella Queens

Compositor: Não Disponível

Awuthule kancane, kawuthule kancane
Ikhon'int'engiyizwayo ezindlebeni zami
Ake nithule kancane, ake nithule kancane bo
Ikhon'int'engiyizwayo ezindlebeni zami
Ooh ngwaah, ooh ngwaah
Ooh ngwaah, ooh ngwaah
Pata pata athi bhu ngomhlane
Ooh ngwaah, ooh ngwaah
Ooh ngwaah, ooh ngwaah
Pata pata athi bhu ngomhlane
Umntanyana uyacathula
Uyabambelela akafun'ukuwa
Athi bhu ngomhlane
Umntanyana usacathula
Umntanyana uyacathula
Uyabambelela akafun'ukuwa
Athi bhu ngomhlane
Umntanyana usacathula
Ooh ngwaah, ooh ngwaah
Ooh ngwaah, ooh ngwaah
Pata pata athi bhu ngomhlane
Thula mfana, thula sana
Thula muntuza
Umam'uyeza uzokwenzela ijokwe
Thula mfana, thula sana
Thula muntuza
Umam'uyeza uzokwenzela ijokwe
Thula ngithi thula
Umam'uyeza uzokwenzela ijokwe
Thula ngithi thula
Umam'uyeza

©2003- 2024 lyrics.com.br · Aviso Legal · Política de Privacidade · Fale Conosco desenvolvido por Studio Sol Comunicação Digital